UMngqithi akanavalo noma iDowns iqale ngebatha koweCAF
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi uthi ayimshayisi ngovalo eyokuqala ngebatha koweCAF Champions League bebhekene ne-AS Maniema Union yaseDR Congo.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi uthi ayimshayisi ngovalo eyokuqala ngebatha koweCAF Champions League bebhekene ne-AS Maniema Union yaseDR Congo.
IKaizer Chiefs ikhuphukelke kunombolo 6 kwilog yeBetway Premiership iginqa iRichards Bay FC ngo 2-1 ePeter Mokaba Stadium ngoLwesithathu ebusuku
Owayengunozinti weKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns, uBrian Baloyi, uthi u-Itumeleng Khune kufanele azinuke amakhwapha ngesimo akuso njengamanje njengoba ededelwe esafisa ukuqhubeka adlale eNaturena.
Obengumdlali weCape Town City osedlalela iCR Belouizdad uKhanyisa Mayo uthi engakhetha iKaizer Chiefs uma kungathiwani ukhuza ibuya kwiPremier Soccer League.
Unozinti omusha weKaizer Chiefs uFiacre Ntwari uyakuphika ukuthi inkinga ikuyena ngamagoli asededelwe Amakhosi kule sizini.
Umqeqeshi weMagesi uClinton Larsen akayivumi eyokuthi bazoyithola ibuthaka iMamelodi Sundowns enabadlali abangu-8 ababuya kweyokuhlungela i-AFCON 2025 neBafana Bafana neNamibia.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi njengoba esewuphothulile umsebenzi wokufaka iqembu lesizwe kwi-AFCON elandelayo, usebheke ukuqinisekisa ukuthi bayangena nakwiWorld Cup yango-2026.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns Ladies uJerry Tshabalala uvuma eyokunyuka kwezinga kwiCAF Women’s Champions League abakhishwe kuyo esigabeni samaqoqo.
Oyiphini likamqeqeshi weKaizer Chiefs uCedric Kaze uthi ijoka lamagoli akufanele lithweswe uRanga Chivaviro kuphela ngoba nabanye abadlali bayazihlulekela uma sebethole amathuba.
Umqeqeshi omusha weBaroka uJoel Masutha ucule ingoma asebeyijwayele abalandeli beBaroka ethembisa ukubuyisela iqembu esigabeni esiphezulu.