UMBONO: UMbule kufanele afunde ukuphapha abuye nganeno
Umdlali we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSipho Mbule uyalazi impela kodwa kusafanele azifundise ukuzibamba angaphaphi ngokweqile uma engcofana nabanye abadlali ikakhulukazi eqenjini lesizwe.
Umdlali we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSipho Mbule uyalazi impela kodwa kusafanele azifundise ukuzibamba angaphaphi ngokweqile uma engcofana nabanye abadlali ikakhulukazi eqenjini lesizwe.
Njengomlandeli we-Orlando Pirates ngicela ukuncoma umsebenzi omuhle esiwubonayo kule sizini bese ngikhumbuza iMpofana ukuthi liyohamba lisendela ukuthi sohlangana ngonyaka ozayo.
Ngicela ukudlulisa umbuzo kumqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi ukuthi uzocasha ngesithupha kuze kube nini uma imphumela ingamhambelanga kahle?
Usihlalo weCape Town City uJohn Comitis uthi kuzoyisiza iPSL ukuthi iqembu elilodwa phakathi kwePirates neChiefs linqobe iligi
Ngicabanga ukuthi njengabantu baseNingizimu Afrika sidinga ukuzinuka amakhwapha ngokuhamba kwezitolo ezihlinzeka imiphakathi ngezidingo ezisheshayo iningi lazo eseziphethwe ngabantu bokufika abanye babo abadabuka emazweni esingabala kuwo
IKaizer Chiefs izophinde iqede enye isizini ishwiba izandla ngenxa yokuphathwa kweqembu ngendlela elingayiyisi phambili. Umndeni wakwaMotaung ubhekene nenkinga enkulu yokungenami kwezigidi zabalandeli beChiefs abagcwele iNingizimu
Sebengazikhohlisa abafisa ukuzikhohlisa, kodwa mina ngicela ukungayijoyini ingwanekane yabo yokuthi iBafana Bafana ingase inqobe i-Africa Cup of Nations. Isizathu sombono wami sinye vo, kodwa zikhona
Ngicela ukusika kwelijikayo odabeni oluphakathi kwePalestine nabacindezeli, i-Israel. Sekuyophela izinyanga ezintathu lawa mazwe ebhekene ngeziqu zamehlo, kodwa uma ulandela izindaba kucacela ngisho ingane encane ukuthi
Kukancane abantu bencoma umsebenzi omuhle owenziwa abaphathi bePremier Soccer League, nabaxhasi bayo iDStv. Ngicela ukusika elijikayo ngibonge iPSL ngomsebenzi omuhle ewenzayo ukuthuthukisa ibhola laseNingizimu Afrika,
Mhleli: Ngicela ungivumele ngincome ezami Ezimnyama ngabadlali abahle ebakhiqizile eminyakeni edlule asebemele iBafana Bafana. Esikwatini sakamuva kubizwe abadlali abahlanu esikwatini seBafana esizodlala imidlalo emibili yobungani.