Category: Ezemidlalo

Search

IPirates ichitha udaba lukaMofokeng nePSV

I-Orlando Pirates isishichilele isitatimende ichitha izindaba zokuthi iPSV isiqale izingxoxo nayo ngokuthenga uRelebohile Mofokeng ngoR120 million (amanye amaziko ezindaba athi uR100 million).

Read More

Sekusele kancane abuye uDortley weChiefs

Umdlali wasemuva weKaizer Chiefs neBafana Bafana uRushwin Dortley usebonge odokotela, umndeni wakhe, kanye nozakwabo ngokumeseka esikhathini esinzima abebhekene naso ngemuva kokulimala edolweni ngoMarch nonyaka.

Read More

Uphenyo ngomcimbi kaLamine Yamal wokugubha usuku lokuzalwa

Uhulumeni waseSpain usuqale uphenyo ngomcimbi obuhlelwe wumdlali weFC Barcelona uLamine Yamal wokugubha usuku lokuzalwa njengoba eseminyaka ewu-18, okuthiwa ubugcwele abakhubazeke ngokuba bafishane (dwarfism) nabesifazane abanamabele amakhulu okusolwa ukuthi abadayisi.

Read More

UKhanye uthi siyadabukisa isimo sikaSaleng

Owayengumdlali weKaizer Chiefs osehlaziya ibhola uJunior Khanye uthi siyadabukisa isimo sikaMonnapule Saleng ozodlalela i-Orbit College ngesizini ezayo ngoba sikhombisa ukuthi namanje abadlali abanawo amandla atheni kwiPremier Soccer League.

Read More