UZuma uthi akukho okuzomvimba uma abantu bembuyisela kwesobumengameli
Owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma uthi akukho okuzomvimba ukuthi abe wumengameli wezwe futhi uma abantu beveza lokho ngevoti labo ngoMay 29. UZuma ubekhuluma ngaphandle kwenkantolo