Author: Mcebo Mpungose

Search

UBroos uthi i-agent kaMbokazi imfake ehlathini ngeMLS

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ugxeke i-agent kaMbekezeli Mbokazi wayisola ngokujaha imali ngokwenza lo mdlali asayine inkontileka neChicago Fire ethi kukhombise okukhulu ukubhayiza ngoba ubesazobukwa kwi-AFCON nakwiFIFA World Cup.

Read More

Okusha ngeVAR kwiPSL

ISAFA isimemezele ukuthi zisaqhubeka izinhlelo zokusetshenziswa kobuchwephese beVideo Assistant Referee kwimidlalo yePSL kule sizini, kodwa namanje ayicacisi ukuthi izoqala nini ukusebenza kahle hle.

Read More