Iyavuthwa eyomdlali weStellies nePirates
Kubikwa ukuthi i-Orlando Pirates neStellenbosch FC sebegcine bevumelene ngomdlali ofunwa wuJose Riveiro, uDeano van Rooyen
Kubikwa ukuthi i-Orlando Pirates neStellenbosch FC sebegcine bevumelene ngomdlali ofunwa wuJose Riveiro, uDeano van Rooyen
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uManqoba Mngqithi uthi uhlela ukumsebenzisa njengomgadli uThembinkosi Lorch ngenxa yezizathu ezimbili ezimenza ingozi ebhokisini
Umqeqeshi weManchester City uPep Guardiola usephendule inkulumo yomgadli wakhe othi uzocabanga ngekusasa lakhe kuleli qembu
IKaizer Chiefs inenebulwe ngo 4-0 emdlalweni wayo neYoung Africans weToyota Cup. Nakhu esikufundile kulo mdlalo.
Iphini likamqeqeshi kwiMamelodi Sundowns uSteve Komphela uthi ikhempu yase-Austria ibavule amehlo ngoba basahlalelwe umqansa wokudlala kwimiqhudelwano eyisikhombisa kulesizini ezoqala. ISundowns iwukudla kwenduku e-Austria njengoba iqhuba
USihlalo wePSL u-Irvin Khoza uthi ibhodi elengamele iligi lizovota emhlanganweni ongoNovemba ohlelelwe ukuphasiswa kwemithetho emisha eqondene nokudayiswa kwamaqembu. UKhoza uveze lokhu esithangamini nabezindaba ngesikhathi kuzokwethulwa
Owayengumqeqeshi weMamelodi Sundowns ne-Al Ahly, uPitso Mosimane, usexwayise uRhulani Mokwena ngokuthanda ukuvela ezindabeni.
Kulindeleke ukuthi amenyezelwe njengomdlali omusha weWydad Athletic Club maduze uBongani Zungu ohlukane neMamelodi Sundowns ekupheleni kwesizini edlule. UZungu sekunamasonto kuhlawumbiselwa ngekusasa lakhe kulandela ukuhlukana nompetha
Umengameli wase-United States of America, uJoe Biden, ugcine ekhethe ukuhoxa okhethweni olungoNovember njengoba sekucacela ngisho ingane ukuthi isihambe kakhulu iminyaka kuye.
ISABC Sport ilaxaze umqhudelwano webhola wosaziwayo beGqom, Maskandi, Gospel neHip Hop kuphikiswana ngamaqembu okumele abhekane kowomanqamu izinceku zingayizwa eyokuthi zishayiwe. Umethuli weSABC u-Andile Ncube ukhulume