UMakgalwa uphawula ngesikhathi asichitha kwiSundowns
Umdlali weSekhukhune United uKeletso Makgalwa useveze akubona njengesizathu sokungaphumeleli kwiMamelodi Sundowns eyampheka ebusheni bakhe.
Umdlali weSekhukhune United uKeletso Makgalwa useveze akubona njengesizathu sokungaphumeleli kwiMamelodi Sundowns eyampheka ebusheni bakhe.
Ummeli kaLucas Ribeiro Costa uthi ulindele ukuthi athole incwadi egunyaza lo mdlali ukuthi ajoyine elinye iqembu ‘maduze’ – kodwa ngeke kube lula njengoba ecabanga.
Umculi ophinde abe yingxenye yeRich Housewives of Durban (RHOD) uLondiwe Zulu, odume ngelika Londie London, uyaqhubeka nezinyathelo zomthetho azithathela umsakazi weGagasi FM uMinnie Ntuli.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uthi uyazi kukhona abazitshela ukuthi ufakelwe ingcindezi ukuthi aqalise uThemba Zwane emdlalweni wabo wokuqala kwiFIFA Club World Cup kodwa akunjalo.
Sekuvele ukuthi awu-4,956 amathikithi adayiselwe abantu ezitolo zakwaShoprite, Checkers nase-Usave omdlalo wamanqamu weNedbank Cup.
Owayengumdlali weKaizer Chiefs osehlaziya ibhola uJunior Khanye uthi Amakhosi abhekene nenkinga emapalini okufanele ayilungise njengoba esola uBruce Bvuma ngokupha iMarumo Gallants amaphuzu amathathu ngoMgqibelo.
Umgadli weReal Madrid uKylian Mbappe usephendule izinkulumo zakamuva ezibekwe wuNeymar Jr ngaye oveze ukuthi kwamvusela isikhwele ukufika kukaLionel Messi kwiPSG.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates uJose Riveiro ubalisa ngekhefu leFIFA elifike ngesikhathi esingesihle njengoba ezakhe zisefomini yokudedela induku.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uveze ukuthi akamboni ezinhlelweni zakhe uGaston Sirino osemdala
Umgadli wokugcina ukunqoba isicoco seligi kwiKaizer Chiefs uKingston Nkhatha useluleke uRanga Chivaviro ngokumele akwenze uma ehhewulwa abalandeli