UKelly Khumalo ushiye angalazi ngoSenzo Meyiwa
Umculi uKelly Khumalo ushiye angalazi ngoyise wengane yakhe owadutshulwa washona kubo eVosloorus ngo-2014, uSenzo Meyiwa. UKelly utshele i-eNCA izolo kwingxoxo ekhethekile abenayo nalesiteshi ukuthi
Umculi uKelly Khumalo ushiye angalazi ngoyise wengane yakhe owadutshulwa washona kubo eVosloorus ngo-2014, uSenzo Meyiwa. UKelly utshele i-eNCA izolo kwingxoxo ekhethekile abenayo nalesiteshi ukuthi
UMCULI uNandi Madida udle umhlanganiso ngengqephu yakhe kwi-Hollywoodbets Durban July ekade ingempelasonto eThekwini, eGreyville Racecourse. I-Hollywoodbets iqoke uNandi njengobegqoke kahle kunabo bonke futhi ohloniphe isiqubulo
Amaphoyisa athi asola izintambo zikagesi ngokushona izingane ezine, ezineminyaka eyisishiyagalombili kuya ku-13, kusha imikhukhu eMpumalanga ngoMsombuluko ekuseni. UBrigadier Selvy Mohlala uthe kushone amawele aneminyaka ewu-13
Inkampani i-Signature Soirée ihlangene nehhotela lempunyela yaseThekwini, uMnuz Vivian Reddy, iRadisson Blu, eseMhlanga bathembisa izicukuthwane zabo izulu elincane kwi-Hollywoodbets Durban July. Umqondisi weSignature Soirée, uMnuz
Umethuli wezinhlelo opined abe wumsakazi, u-Anele Mdodam utshele abalandeli bakhe enkundleni yokuxhumana i-Twitter ukuthi ukujabulele ukujoyina iSupersport. Izindaba zokuya kwakhe kwaSupersport zidalulwe wuPhil Mphela kuleli
Zimkhalele umsakazi uSbusiso Buthelezi osekhonjwe indlela oKhozini ngenxa yamabhizinisi akhe aseceleni, amqhathe nomqashi. Esitatimendeni esikhishwe iSABC namhlanje ithe kudingeke ukuthi inqanyulwe ngokushesha inkontileka kaButhelezi kulandela
Amaphoyisa athi bazoyikhotha imbenge yomile labo ababhebhethekisa imiyalezo ethi izwe liyavalwa kusasa ezinkundleni zokuxhumana. Uphiko lwamaphoyisa iNational Joint Operational and Intelligence Structure (NATJOINTS) ithi isimi
Ummeli kaKelly Khumalo uthi abazi lutho ngedokodo lesibili ebelikade lidingidwa enkantolo enkulu yaseGauteng, ePitoli izolo, elikhomba lo mculi nalabo ababesendlini ngenkathi kudutshulwa uSenzo Meyiwa ukuthi
Ummeli womculi uKelly Khumalo uthi bajahe ukuzwa lofakazi ‘mbumbulu’ ozofakaza ngokuthi lomculi uyena owadubula owayeyisoka lakhe uSenzo Meyiwa. U-advocate Magdalene Moonsamy ukusho loku ngenkathi ekhuluma
Ummeli omele omunye wabasolwa ecaleni lokubulawa kuka nozinti weBafana Bafana uSenzo Meyiwa, uvezele inkantolo ngoLwesithathu ukuthi kwabakhona ubudedengu ngenkathi kuqoqwa ubufakazi ekhaya lomculi uKelly Khumalo