Category: Qedisizungu

Search

UNgizwe usexolisile kuMalema nakumabhinca

Umhleli wemicimbi obuye azibize ngomengameli wamabhinca, uNgizwe Mchunu, usexolisile kumholi we-EFF uJulius Malema ngezinkulumo zakhe ngaye ngaphambi kokhetho, nangokweseka i-ANC. Kwase kushoda ozogadlal phakathi kukaMalema

Read More

UThando usakhala ngenhlamba kaSiyacela

UThando Dlamuka usecele omawakhe ukuthi bangenelele kwinhlamba ayigixabezwa wumyeni wakhe uSiyacela phambi kwengane. Esiqeshini sakamuva uThando uhlanganise abazali bakaSiyacela wacela ukuthi bangenelele esimeni esiphakathi kwakhe

Read More

Ngabe sekuphelile ngeMuvhango?

Ngemuva kweminyaka ewu-27 ikhonjiswa kuSABC 2, ngathi sekuyaphela ngeMuvhango okuthiwa ibidlala okokugcina ngoLwesibili. Lo mdlalo owuchungechunge umemezele lezi zindaba ekhasini eliku-X, kodwa iSABC ibingakathi vu

Read More

UZodwa Wabantu zisamfakela imali izinqa

Usaqhubeka nomsebenzi wokunandisa ezindaweni zobumnandi uZodwa Wabantu ozakhele udumo ngokuvezela abantu izinqa, udalule imali ayenzayo. UZodwa, onenqwaba yamaculo aqanjwe ngegama lakhe, ngempelasonto edlule ubenandisa kwiThe

Read More

Isaqhubeka ekaLuke Ntombela noDJ Tira

Iciko elidabuka e-Estcourt KwaZulu-Natal kodwa eselihlala eThekwini, uLuke Ntombela, lisaqhubeka nokufuna izimpendulo kuDJ Tira, abameli balo bathi uma lo DJ efisa ukulufaka enkantolo udaba azilime

Read More

Bazothandazela uZanele Mbokazi oxinwe wumdlavuza

Bazohlanganyela eSandton Assembles of God Church eGoli abalandeli, izihlobo, kanye nabangani bomsakazi woKhozi FM, uZanale Mbokazi, oxinwe yisifo somdlavuza. UMbokazi, osakaza uhlelo olusihloko sithi Eshilo oKhozini, uphuthunyiswe esibhedlela

Read More

ULaConco ugonyuluke ngobudlelwano bakhe noZuma

Umethuli wezinhlelo ozakhele udumo kwiRich Housewives of Durban, uNonkanyiso ‘LaConco’ Conco, ugeqe amagula ngothando lwakhe nowayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma. Ebhala ekhasini lakhe ku-Instagram, uLaConco

Read More