UPenny Ntuli unqabe umsebenzi ukuze ahlale kwiJozi FM
Owayengumsakazi weGagasi FM u Penny Ntuli uthi usazohlala kwiJozi FM noma esanda kuthola elinye ithuba lokusebenza kwesinye isiteshi ngenxa yabamenzele kona kulesi siteshi. UPenny ube
Owayengumsakazi weGagasi FM u Penny Ntuli uthi usazohlala kwiJozi FM noma esanda kuthola elinye ithuba lokusebenza kwesinye isiteshi ngenxa yabamenzele kona kulesi siteshi. UPenny ube
Isiteshi sikamabonakude esizimele, uMzansi Magic, sesikhiphe isimemezelo ngokuqedwa komdlalo iGqeberha: The Empire okhonjiswa njalo maphakathi nesonto ngehora lesishiyagalolunye ebusuku (21:00).
Umlingisi owaduma kwiYizo Yizo neZone 14 uSindi Majola uthi wazikhethela yena ukuqhela endimeni kaqedisizungu kulandela ukubulawa kwamalungu omndeni wakhe ngoba kufunwa izimali zakhe.
Isihlabani somculi waseLimpopo uNdivhudzannyi “Makhadzi” Ralivhona usecele uxolo ngengoma yakhe engehlanga kahle kubantu abaphila nokukhubazeka bokungezwa.
Umculi wowokholo uJumbo useyalele abahleli beDoek on Fleek ukuthi bacacisele amaciko ukuthi akuyena oqasha amaciko azonandisa kulo mcimbi
UDJ Maphorisa useziphendulele ezinsolweni zokuthi uxhaphaze umculi uSamthing Soweto ngokungalifaki igama lakhe engomeni ayiculayo enesiqubulo esithi ‘Amalanga Awafani’.
Umdidiyeli wemidlalo ekhonjiswa kumabonakude uMandla Ngcongwane, owaziwa ngelikaMandla N, uthi uzimisele ngokusiza umlingisi uCarlo Radebe osephenduke undingasithebeni emuva kokuxoshwa endlini abehlala kuyo. UCarlo waduma ngokudlala
Unobuhle owayengenelele UMiss SA uChidimma Adetshinya uhamba phambili ngamavoti kuzime uMiss Universe Nigeria oqhubekayo. Ukungena ‘ngopotsho’ kukaChidimma kulozime waseNigeria kucike abaningi kulelizwe kwazise wamenywa esidlangalaleni
BUKA: UDJ waseMelika, uGordo, nomrepha uDrake bashaye ivideo ngowesilisa waseDududu odume ngamavideo kuTikTok, bambusisa ngemoto
Ukhala ngebhadi elimlandelayo umculi we-Afro Pop uLindokuhle “Intaba yaseDubai” Msomi othi ube sengozini yemoto ngoLwesihlanu ebusuku. Lo mculi uthi ubesendleleni ebheke eGoli ngesikhathi elimala engozini,