Kuboshwe abahlanu kowamanqamu weNedbank Cup eMabhida
Amaphoyisa kamasipala weTheku ngokubambisana neSAPS sebeveze ukuthi kuboshwe abantu abahlanu ngamacala ahlukene kowamanqamu weNedbank Cup obudlalelwa eMoses Mabhida Stadium izolo ntambama.
Amaphoyisa kamasipala weTheku ngokubambisana neSAPS sebeveze ukuthi kuboshwe abantu abahlanu ngamacala ahlukene kowamanqamu weNedbank Cup obudlalelwa eMoses Mabhida Stadium izolo ntambama.
Intatheli Yezemidlalo Isitobha seKaizer Chiefs uDaniel Cardoso uyavuma ukuthi ifomu yakhe kulesizini yehlile uma kuqhathaniswa nesizini ephelile. UCardoso usaphuthelwe imidlalo emibili kuphela emidlalweni engu-35 kulesizini. Yize
Sphamandla Gumede Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokoena ubona ubungozi bodwa uma iPSL iqhubeka nokuhlela imidlalo emibili ezolandelana esikhathini esingaphansi kwesonto. URhulani ubalisa nje iSundowns izobhekana naMaZulu
Intatheli Yezemidlalo Imiphumela yakamuva ikuveza ngokusobala ukuthi iKaizer Chiefs ihlezi izicanasela uma ibhekene neCape Town City. ICity yagcina ukushaya iCity ngo-2017 kwiMTN 8. Emidlalweni engu-8 elandelile,
UMengameli we-European Super League uFlorentino Perez, ophinde abe ngumengameli weReal Madrid, ushaya phansi ngonyawo uthi abajiki esinqumweni sabo sokusungula umqhudelwano omusha webhola lase-Europe. Ekhuluma ohlelweni
Sphamandla Gumede Umqeqeshi oyibamba kwiTTM uMpho Maleka uthi umphumela yiwona obubalulekile ngesikhathi bewashisa iMamelodi Sundowns ijezi kwiNedbank Cup ngeSonto emini. ITTM ishaye iSundowns ngo 5-4 sekukhahlelwa

Sphamandla Gumede Umdlalo womkhaya obulindelwe ngabomvu eGibhithe uphele kabi njengoba umqeqeshi we-Al Ahly uPitso Mosimane esole abasizi bomqeqeshi weZamalek uPatrice Carteron ngokumthuka emdlalweni. I-Al Ahly ibuye
Sphamandla Gumede Ususe umsindo ezinkundleni zokuxhumana owayengumdlali weBafana Bafana uTeko Modise edalula ukuthi iMamelodi Sundowns iyikhaya lakhe ukudlula i-Orlando Pirates. Ekhuluma noThabo Mosia weSA FM, uModise
Sphamandla Gumede Umqeqeshi weMaritzburg United u-Ernst Middendorp uthi ezakhe bekufanele zisebenzise amathuba eziwatholile njengoba ziwuqale ngegiya eliphezulu umdlalo weDSTV Premiership zibhekene ne-Orlando Pirates ngeSonto ntambama.