NeDA ithi ‘choo’ kwi-EFF neMK
IDemocratic Alliance ithi izimisele impela ukungena kuhulumeni wokubambisana ne-ANC namanye amaqembu kodwa icela kushaywe ngesithende i-EFF neMK Party, kungenjalo ayizi. IDA ibeke lombono kulandela isimemezelo
IDemocratic Alliance ithi izimisele impela ukungena kuhulumeni wokubambisana ne-ANC namanye amaqembu kodwa icela kushaywe ngesithende i-EFF neMK Party, kungenjalo ayizi. IDA ibeke lombono kulandela isimemezelo
Sphamandla Gumede Iphini likamqeqeshi kwiRaja Club Athletic uFadlu Davids useshayele ihlombe uRulani Mokwena ngokubumba iMamelodi Sundowns esatshwayo futhi ehlonishwayo eNorth Africa. ISundowns iqukule isicoco seDStv
Ubuholi be-Economic Freedom Fighters (EFF) sebushaye phansi ngonyawo buthi abuyingeni eyokuphatha izwe ngokubambisa neDemocratic Alliance (DA) namanye amaqembu ‘amele izifiso zabamhlophe’. Iphini likamengameli we-EFF, uMnuz
Umculi wowokholo uThinah Zungu uthi akanendaba nabathi ‘shosho’ kulandela ukungenelwa yizigebengu esitezi sakhe esiseNanda zatapa impahla yakhe. KwiLive ayenze ngoLwesihlanu lo mculi uqinisekise indaba yokungenelwa
Umdlali omataniswa nelinye lamaqembu amakhulu eNingizimu Afrika uPercy Tau, usephumele obala wachitha imibiko yokuthi ufuna ukushiya kwi-Al Ahly. Inkontileka kaTau (30) isele nonyaka owodwa, osekuqubule
Bazohlanganyela eSandton Assembles of God Church eGoli abalandeli, izihlobo, kanye nabangani bomsakazi woKhozi FM, uZanale Mbokazi, oxinwe yisifo somdlavuza. UMbokazi, osakaza uhlelo olusihloko sithi Eshilo oKhozini, uphuthunyiswe esibhedlela
I-Orlando Pirates isimemezele ukuhamba kwabanye abadlali abane okubalwa kubo uKermit Erasmus no-Richard Ofori. NgoLwesihlanu iPirates iqhubekile nokumemezela abadlali abahambayo njengenhlalayenza uma kuphela isizini. Iqale ngokumemezela
I-Action SA isimemezele ukuthi izowubukela eceleni uhulumeni wobumbano, yagxeka amaqembu aphikisayo ngokulandela ibhodwe elinconsayo ngokuhambisana nesiphakamiso se-ANC. Izolo umengameli we-Action SA uMnuz Herman Mashaba uzwakalise
Umholi we-Economic Freedom Fighters uMnuz Julius Malema uzwakalise okumuntu onganeme ngesiphakamiso se-ANC sokuthi kube nohulumeni wobumbano ozohlanganiswa yisivumelwano samaqembu ahlukene ezepolitiki. Izolo umengameli we-ANC uMnuz
Owayengumqeqeshi weFree State Stars neYanga, uLuc Eymael, useqinisekise izingxoxo eziphakathi kweKaizer Chiefs nomqeqeshi emfunayo waseTunisia uNasreddine Nabi. Sekunesikhathi iChiefs ishela lo mqeqeshi osepheka iFAR Rabat