‘UZimdollar uwumuntu onolimi olunenhlabathi’ – Mthandeni
UMthandeni ‘Igcokama Elisha’ Manqele usecele ukuthi axolelwe uZimdollar ngendlela akhulume ngayo naye kwiMother of All Maskandi Festival emxosha esteji ngoba abantu abazi ukuthi ubhekene nani
UMthandeni ‘Igcokama Elisha’ Manqele usecele ukuthi axolelwe uZimdollar ngendlela akhulume ngayo naye kwiMother of All Maskandi Festival emxosha esteji ngoba abantu abazi ukuthi ubhekene nani
Umsakazi woKhozi FM uZimiphi ‘Zimdollar’ Biyela usegxeke isenzo sikaMthandeni sokungena esteji sesidlulile isikhathi sakhe emcimbini iMother of All Maskandi Festival. UZimdollar ungene esiteji wahlwitha imicrophone
Lisaqhubeka nokuvala ama-comments iGagasi FM ekhasini lalo kwi-Facebook njengoba namanje lisagqilazwa abalandeli bakaPenny Ntuli abalokhe belibuze njalo ngenkontileka kaR2,800. Kuleli sonto uMapheniza (okuyigama abalandeli bakhe
Ubhekene nenqwaba yamacala umrepha ophinde abe wuphrojusa uSean ‘Diddy’ Combs obesekubikwa ukuthi uhlela ukubalekela kwamanye amazwe uma zimnetha eMelika. Okwamanje uP. Diddy, oke waduma ngelikaPuff
Useqale impilo entsha eGoli obengumsakazi weGagasi FM, uPenny Ntuli, osewumsakazi weJozi FM. Kulo msakazo uPenny unikezwe uhlelo olubizwa ngeThe Mid-Morning Chat, alungena ngo-9 kuya ku-12.
Umholi we-Action SA KwaZulu-Natal uZwakele Mncwango usethembise obengumsakazi weGagasi FM uPenny Ntuli umsebenzi ‘angawuqala manje’ uma efisa ukuwuthatha. UMncwango uveze lokhu ngoLwesibili ebusuku kulandela ukubhala
Owayengumsakazi weGagasi FM uDJ Warras uthi yena wayebhala uR2,800 ngehora kwiGagasi FM elisematheni kulezi nsuku kulandela udaba lukaPenny Ntuli okhale ngomholo kulesi siteshi. UWarras uke
Obewumsakazi weGagasi FM uPenny Ntuli usegcine ekuqinisekisile ukuthi ngeke esaqhubeka nomsebenzi abewenza kulesi siteshi ngenxa yokungavumelani nabaphathi baso ngemali abezoyihola. UMaNtuli ushicilele isitatimende ekhasini lakhe
Isihlabani sePop Music esidume umhlaba wonke, uBritney Spears, sithi zingamampunge izindaba zokuthi sihlela ukukhuza ibuya embonini yomculo. UBritney, ogcine ukukhipha i-albhamu ngo-2016, ubhale ekhasini lakhe
Usekhonjwe indlela kwiMoja Love uXolani Khumalo obengumethuli wohlelo oluhlalise abashushumbisa izidakamizwa ngesinqe esisodwa emphakathini, iSizok’thola. UKhumalo ulandelwa izinsolo zokubulala, kanti kusanda kuvela ukuthi kunezinye izinsolo