Igqemeke engeqiwa ntwala indima yezokusakaza kudlula uBob Mabena
Izindaba zokushona kwalo msakazi (51), oke wayibamba eziteshini eziphambili kuleli okubalwa kuzo iMetro Fm, Highveld Stereo neKaya FM ziqinisekiwe umndeni wakhe esitatimendeni izolo.
Izindaba zokushona kwalo msakazi (51), oke wayibamba eziteshini eziphambili kuleli okubalwa kuzo iMetro Fm, Highveld Stereo neKaya FM ziqinisekiwe umndeni wakhe esitatimendeni izolo.
U’lungisa izwe’ ngohlelo olusha lwamaqiniso uJub Jub.
Lo mlingisi (35) okhulele ePort Shepstone uthi iphupho lakhe leminyaka selifezekile njengoba esakwazile ukusungula iCamagu okuyigama lesi qholo sakhe sabesifazane namadoda.
Lo mlingisi (35) okhulele ePort Shepstone uthi iphupho lakhe leminyaka selifezekile njengoba esakwazile ukusungula iCamagu okuyigama lesi qholo sakhe sabesifazane namadoda.
Uthi ngeke simenzele lutho isibonelelo samaciko u-AKA.
Idla umhlanganiso ingoma kaBabes Wodumo entsha ethi ‘eLamont’.
Uzoqala ukubonakala kusasa umlingisi osemnkantshubomvu kuleli uBrenda Mhongo kumdlalo wansuku zonke phakathi nesonto ku-etv, iMbewu.
Echaza kabanzi ngoMazaza omusha uthi abantu abalindele lukhulu kuye yize noma esazoba nezinto ezithile azifunayo kodwa kusazoba khona izinguquko ezinkulu kuye.
Sphamandla Gumede Ubonga ithuba lokusebenzisana nosaziwayo umthwebuli wezithombe wase-Eastern Cape u-Anda-Kwamnandi Mbadi, olokhu ekhule ngamandla endimeni kaqedisizungu. UMbadi (25) ongowokudabuka eMthatha kodwa osezinze eThekwini ngomsebenzi, uthi
Sanele Dlamini Usewumqemane umrepha wakuleli emasontweni amabili edlule ophumele obala ngokusuleleka ngeCovid-19 u-AKA. Lo mrepha owenze okungajwayelekile ekhuluma ngokuhaqwa yileli gciwane kuthelevishini ngoMsombuluko udalule ukuthi