Indlunkulu izonikwa uR67.3 million ukweseka imisebenzi yesizwe
UNdunankulu waKwaZulu Natal uSihle Zikalala umemezele ukuthi iNdlunkulu kaZulu izothola uR67,316,000 wesabelomali oluvela kuhulumeni wesifundazwe kwibhajethi ka2022/23. Indlunkulu iyaqala ukuthi ithole isabelomali emva kokuba uhulumeni