‘Ngicela nigxeke mina, hhayi abadlali’ – Abdeslam Ouaddou
Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou usecele abalandeli beqembu ukuthi bagxeke yena uma kukhona abanganeme ngakho, hhayi abadlali ngoba kuyabaphazamisa enkundleni.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou usecele abalandeli beqembu ukuthi bagxeke yena uma kukhona abanganeme ngakho, hhayi abadlali ngoba kuyabaphazamisa enkundleni.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi ubengakuthanda ukubhekana nelinye lamazwe asezingeni eliphezulu ebholeni kodwa iqiniso wukuthi kuyabiza ukubhekana nalawa mazwe ngaphambi komqhudelwano omkhulu njenge-2026 FIFA World Cup.
Umdlali we-Orlando Pirates oshaye ihat-trick begqiba iTS Galaxy ngo 6-0 eMbombela Stadium uthi ukugxekwa abalandeli ngokugeja amathuba kubafakele ugqozi ngaphambi komdlalo wayizolo.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates uthi isibhaxu sika 6-0 abasidedele kwiTS Galaxy siwumyalezo kubalandeli ‘abasangabaza’ umsebenzi abawenzayo embangweni wesicoco seBetway Premiership.
Iphini lomqeqeshi kwi-Orlando Pirates uMandla Ncikazi selinxuse abalandeli beZimnyama ukuthi bengawuvumeli umoya ‘wokuhlukana’ ungene phakathi kwabo njengoba besembangweni wesicoco seBetway Premiership.
Umqeqeshi waMaZulu FC u-Arthur Zwane uncome abadlali bakhe basemuva nonozinti bebuya namaphuzu amathathu emdlalweni wabo nePolokwane City izolo.
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uCedric Kaze uthi bazodinga bonke abadlali efomini ukuze bayiqede kahle isizini ngemuva kokushaya iMagesi FC ngo 2-0 eMoses Mabhida Stadium izolo.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos useveze isizathu ngokushiya ngaphandle uMohau Nkota esikwatini sakamuva seqembu lesizwe.
UJayden Adams uthi ubheke ukuzibekisela indawo esikwatini seBafana Bafana esizodlala kwi-2026 FIFA World Cup.
Umqeqeshi omusha we-Al Ittihad uRulani Mokwena uthi kunehaba kwindlela okubikwe indaba yokuboshwa kwakhe esikhumulweni sezindiza e-Algeria, wachaza kabanzi ukuthi bekwenzenjani.