Day: July 3, 2024

Search

IMamelodi Sundowns iqinisekise eyokuhlukana noRulani

Kuphelile obekuhlanganisa iMamelodi Sundowns noRulani Mokwena. IMamelodi Sundowns iqinisekise lezi zindaba esitatimendeni ngoLwesithathu ntambama. Ngokwesitatimende, iqembu noMokwena bavumelene ngokuthi ahambe, okusho ukuthi unxeshezeliwe ngokunqanyulwa kwenkontileka

Read More

Abadlali abasengcupheni yezembe kwiSundowns

Njengoba iMamelodi Sundowns iphaka ithulula kulezi nsuku, kungase kube khona nabanye abadlali abazolandela uRulani Mokwena emnyangweni ophumayo ukuze umqeqeshi omusha ezothola ithuba lokusebenza nabadlali ‘bakhe’.

Read More

Ngabe sekuphelile ngeMuvhango?

Ngemuva kweminyaka ewu-27 ikhonjiswa kuSABC 2, ngathi sekuyaphela ngeMuvhango okuthiwa ibidlala okokugcina ngoLwesibili. Lo mdlalo owuchungechunge umemezele lezi zindaba ekhasini eliku-X, kodwa iSABC ibingakathi vu

Read More

USithebe usejoyine iNatal Rich Boys

Usejoyine iRichards Bay FC uSiyethemba Sithebe ongomunye wabadlali abakhonjwe indlela kwiKaizer Chiefs njengoba kulungiselelwa isizini entsha. USithebe udedelwe noKeagan Dolly, Njabulo Ngcobo, Sifiso Hlanti noJasond

Read More

Kuvela elaseMorocco kwagaqele uRulani

Aseqalile ukuvela amagama amaqembu azimisele ngokuqasha uRulani Mokwena nethimba lakhe labasizi njengoba sekuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kwakhe neMamelodi Sundowns. Izolo zithuse abaningi izindaba zokuthi uzoshiya

Read More