Day: September 21, 2022

Search

UMabena usekhululiwe ngokusemthethweni kwiRoyal AM

UNdumiso Mabena useshiyile ngokusemthethweni kwiRoyal AM abedonsisana nayo ngenxa yokungaholelwa imali yakhe. UMengameli weqembu uShawn Mkhize uqinisekise lezindaba ekhuluma no-Andile Ncube ohlelweni iSports Nights Amplified.

Read More

UMiddendorp ukhonjwa eDobsonville

Kungenzeka athushuke kwiSwallows FC u-Ernst Middendorp njengoba engasekho uDylan Kerr. ISwallows ixoshe uKerr ngoLwesithathu njengoba bekubhimba imiphumela eqenjini lakhe. USihlalo weqembu uDavid Mogashoa wabizela uKerr

Read More

‘Ayikho imidlalo elula e-Afrika’ – Williams

Unozinti weBafana Bafana uRonwen Williams ukholwa ukuthi amaqembu azodlala nesikwati kweyobungani aqine ngokwanele futhi azofaka ukushisa kulemidlalo ezodlalwa. IBafana izongcweka neSierra Leone neBotswana kweyesihle. Lamaqembu

Read More

UNorodien uthole iqembu elisha eRwanda

URiyaad Norodien usesayine neKiyovu Sports yaseRwanda. UNorodien uqale ukujima neKiyovu ngoLwesithathu ngemuva kokusayina inkontileka yeminyaka emibili. IGoal South Africa ibike ukuthi uNoridien uyikha ngamafosholo imali

Read More