Day: September 16, 2022

Search

ISuperSport isezithendeni zikaLakay

ISuperSport United ingelinye lamaqembu agaqele ukusayinisa uLyle Lakay weMamelodi Sundowns, kubika Iziko labezindaba i-Unplayable. ULakay (31) ulizwa ngendaba ijezi selokhu kuqale isizini. ULakay wayedlalela iSuperSport

Read More

IBucs isingenele umjaho kaMthethwa

I-Orlando Pirates isiqalile ukubuza ngomdlali weStellenbosch FC ofunwa uthuli amaqembu uSibongiseni Mthethwa. UMthethwa, oyibamba enkabeni yesisu, ugaqelwe yiSuperSport United, Mamelodi Sundowns neRoyal AM. Inkontileka kaMthethwa

Read More

Amaqembu abalekela itshe lemali eholwa u-Erasmus

IMamelodi Sundowns izimisele ngokudayisa noma ibolekise ngoKermit Erasmus njengoba lisavuliwe iwindi lokuhwebelana ngabadlali. IRoyal AM, Cape Town City kanye naMaZulu bazimisele ngokusayinisa u-Erasmus kodwa sebehlangabezane

Read More

UMakhaula uthi iyashayeka iSundowns

Umdlali waMaZulu uMakhehleni Makhaula uthi basengakwazi ukuguqula amatafula ngokushaya iMamelodi Sundowns uma sebehlangana nayo emdlalweni weligi ngeSonto eLoftus Versfeld Stadium. AmaZulu awakaze awine emidlalweni emithathu

Read More

UJohannes ubona ezobatakula uHunt

UKeagan Johannes ukholwa ukuthi isipiliyoni sikamqeqeshi uGavin Hunt sizobasiza kakhulu ezinhlelweni zeqembu zokubuyela ekubeni omakhonya kwiDSTV Premiership. UHunt ubuyele kwiSuperSport United ekuqaleni kwesizini. Ngesikhathi easqeqesha

Read More

‘Ngifuna ukuqopha umlando noHunt’ – Ndlovu

Umdlali omusha weSuperSport United uSiphesihle Ndlovu uthi usebheke ukuqopha umlando nomqeqeshi wakhe uGavin Hunt. UNdlovu ubekhuhla ibhentshi kumasizini amathathu awahlale kwi-Orlando Pirates ayijoyina esuka kwiMaritzburg

Read More