Day: August 18, 2022

Search

UZwane ufuna babuyise isithunzi ngokushaya iBay

Umqeqeshi weKaizer Chiefs u-Arthur Zwane ubona sesiphelile isikhathi sokuzidabukela kubadlali bakhe njengoba bezodlala neRichards Bay ngoMgqibelo eMoses Mabhida Stadium. IChiefs isazikhotha amanxeba ngemuva kokubhaxabulwa yiMamelodi

Read More

IChiefs ishayela isipikili sokugcina ngomgadli

Umgadli uCaleb-Bonfils Bimenyimana usevumile ukujoyina iKaizer Chiefs ayihlaba umxhwele ngesikhathi esazama inhlanhla. Umqeqeshi u-Arthur Zwane wayelokhu eshilo ukuthi useshoda ngomgadli oyedwa vo ukuze kuzophelela isikwati

Read More

UMabasa ulambele ukuyidlala ayiqede iSundowns

Umgadli weSekhukhune United uTshegofatso Mabasa uthi umdlalo weMamelodi Sundowns ubaluleke kakhulu kwazise bawuhlelela kusukela ngosuku lokuphuma kohlu lwemidlalo. IDowns neSekhukhune bazotholana ePeter Mokaba Stadium ngoMgqibelo.

Read More

UBaxter usola uKaizer Jnr ngokumxoshisa kwiChiefs

Umqeqeshi uStuart Baxter uthi waxoshwa kwiKaizer Chiefs ngenxa yepolitiki eyayigqugquzelwa emakhoneni. UBaxter waxoshwa kabuhlungu esekhuza ibuya eNaturena njengoba wayesahlale izinyanga ezilishumi kuphelaWayekade esayine inkontileka yeminyaka

Read More