Day: June 14, 2024

Search

UBongani Zungu uyashiya kwiSundowns

Umdlali waseswini obuyelwe yifomu ngesizini edlule, uBongani Zungu, usephinde wavalelisa kuleli qembu ngemuva kokuhlala amasizini amabili. UZungu (31) ube nesizini enhle yesibili kwiDowns enqoba isicoco

Read More

IMan United ilungisela uBenni inkontileka entsha

Kubukeka esazoqhubeka nokupheka abagadli beManchester United uBenni McCarthy okuvela ukuthi ulungiselwa inkontileka entsha e-Old Trafford. UBenni bese kukholwa ukuthi usumphelele umsebenzi kwiMan United njengoba abaningi

Read More

IChippa izama ukusayinisa owayedlalela iSundowns

Ziyaqina izinhlelo zokulungiselela isizini ka-2024/25 kwiDStv Premiership njengoba iqhubeka nokungena imibiko ematanisa amaqembu nabadlali abahlukene. Elinye lamaqembu elihlalelwe wumsebenzi wokuzama ukuqinisa isikwati yiChippa United, eqede

Read More

UMalema uthi kuhlangane amaxoki kwi-GNU

Umholi we-EFF uMnuz Julius Malema uthi uhulumeni wobumbano kuleli uzobe ubuswa amaxoki eDA ne-ANC ajabulela izikhundla. Ekhuluma esithangamini sabezindaba ngoLwesine ebusuku uMalema uphakamise imibuzo ngokuthi

Read More

I-EFF igqishe ngakwiMK Party eKZN

I-Economic Freedom Fighters ithi isifundazwe iKwaZulu-Natal kumele siholwe yiMK Party njengenhlangano eqoqe amavoti angaphezu kwamanye amaqembu okhethweni ngenyanga edlule. I-EFF iveze lokhu esithangamini sabezindaba izolo,

Read More

IPirates ihlola owayengumgadli weBurnley

Isiphinde yabuya imibiko ematanisa owayengumdlali weBurnley ne-Orlando Pirates njengoba sekuvele ukuthi lo mgadli uzoba yingxenye yabadlali abazohlolwa eSpain. Ngokwemibiko yakamuva, umgadli wase-England uTremaine Eastmond uzohamba

Read More