‘Isomiso sezindebe akusona isimo esibucayi’ – Bobby
Imenenja yeKaizer Chiefs uBobby Motaung uthi kuyiphutha ukukhonjwa kweqembu labo, kukhulunywe kabi ngalo sengathi yilona lodwa elibhacazayo. UBobby uthi izingqinamba ababhekane nazo zidalwe ukushintsha abaqeqeshi