‘Abasayina phesheya bazoqinisa iqembu’ – Ellis
Uyazigqaja ngabadlali beqembu lesizwe abathole amadlelo aluhlaza emazweni aphesheya umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis, othi lokhu kuzokhulisa iqembu lesizwe
Uyazigqaja ngabadlali beqembu lesizwe abathole amadlelo aluhlaza emazweni aphesheya umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis, othi lokhu kuzokhulisa iqembu lesizwe
Ungqongqoshe wezokuThutha kuleli uFikile Mbalula uthi ukuvumela amatekisi ukuthi alayishe agcwale iyona ndlela abazama ukuvikela ngayo imboni yamatekisi kulesi sikhathi seCovid-19 esesiwise inqwaba yamabhizinisi nemisebenzi.
Ukudliwa kweWest Brom ngo 2 – 1 ngoLwesihlanu ibhekene neHuddersfield Town kusho ukuthi iLeeds, eqeqeshwa uMarcelo Biesla, inqobe isicoco se-EFL Championship League.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uthi usekulindele ngabomvu ukubona umdlali amsike kwiKaizer Chiefs uGeorge Maluleka athi uzoletha okuhlukile eqenjeni lakhe. Ithuse abaningi iSundowns isayinisa uMululeka oneminyaka ewu-31
Umdlali weBafana Bafana uPercy Tau ngoLwesine uvalelise okokugcina eqenjini afike agila izimanga kulo ngesizin ka-2019/2020, iCulub Brugge, yaseBelgium. Kuzokhumbulek ukuthi uTau, oneminyaka ewu-26, ubebolekisiwe kuleli