UBroos uphawula ngesimo sikaMbatha noMbule kwiPirates
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uthi okwamanje akakhathazekile kakhulu ngokuthi uSipho Mbule noThalente Mbatha babuye beqiwe yimidlalo kwi-Orlando Pirates, kodwa uma kuqhubeka uthi kuzoba yinkinga.