UNabi uphumele obala ngokushweba abadlali ababili
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi usephumele obala ngokushweba abadlali ababili obekubikwa ukuthi ufisa bamjoyine kuMakhosi
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi usephumele obala ngokushweba abadlali ababili obekubikwa ukuthi ufisa bamjoyine kuMakhosi
Unozinti weCape Town City uDarren Keet uthi bazolwela ukuyivimba ingalitholi igoli i-Orlando Pirates abazoyamukela emlenzeni wokuqala wesemifinal yeMTN8 ozobanjelwa eCape Town Stadium ngoLwesibili ebusuku.
Ukufunelwa indawo esiswini akumxaki umdlali weMamelodi Sundowns u-Aubrey Modiba ogcizelela ukuthi uzodlala noma yikuphi lapho umqeqeshi uManqoba Mngqithi amsebenzisa khona.
Umqeqeshi weStellenbosch FC uSteve Barker ubona isinyukela intaba kwiCAF Confederation kulandela ukuqhathwa kwabo ne-AS Vita yaseDR Congo
Umqeqeshi weBaroka uMorgan Mammila uthi i-Orbit College ayikhohlwe ngokukhuphukela esigabeni seBetway Premiership uma isabhamuza ibhola emoyeni. Lamaqembu abambane ngo 1-1 emdlalweni wokuvula iMotsepe Foundation Championship
Akalilahlile ithemba lokuyodlala phesheya kwezilwandle umdlali weMamelodi Sundowns uTebogo Mokoena yize esayine inkontileka ende eChloorkop. Amahebezi ase-Europe aqine kakhulu ngoFebruary ngesikhathi uMokoena esiza iBafana Bafana
Umqeqeshi weCape Town City u-Eric Tinkler uthi ukugcwala kwenkundla emdlalweni womlenze wokuqala we-semifinal yeMTN8 kuzonikeza abadlali umfutho wokuzikhandla ngokuphindiwe. ICity izokwamukela izokwamukela iPirates emlenzeni wokuqala
UMholi we-EFF uMnuz Julius Malema uzibophezele ekutheni aliqale kabusha iqembu njengoba lihlakazwe yisivunguvungu esifike neMK Party esifundazweni saKwaZulu-Natal. UMalema ubeke kanje ekhuluma enkonzweni yomngcwabo kaMama