Day: October 25, 2023

Search

UJohnson uthembisa ukutakula iChiefs 

Umqeqeshi obambe okwesikhashana kwiKaizer Chiefs uCavin Johnson ubonge ithuba eliyingqayizivele alinikezwe uSihlalo weqembu uDr. Kaizer Motaung, uthembisa ukujika izinto kuMakhosi. UJohnson (64) ubekwe esikhundleni sokuqeqesha

Read More

‘UNdlondlo ubevaleke iso’ – Riveiro

Umqeqeshi we-Orlando Pirates uJose Riveiro uthi bekuphoqa ukuthi bakhiphe uNdabayithethwa Ndlondlo obesadlale imizuzu engu-20 ngoba ulimale kwavaleka iso ngesikhathi ezama ukuvika ibhola ebeliqonde ebusweni.  UNdlondlo

Read More

UBrakkies ujabulele uMokhele obuye ngegoli

Igoli likaMaloisane Mokhele obesehlale iminyaka emibili ehlushwa ukulimala limenze wachichima yinjabulo umqeqeshi weSekhukhune United uBrandon Truter.  ISekhukhune sishaye iRoyal AM ngo 1-0 kwiCarling Knockout ngoMgqibelo, sadlulela

Read More

USibiya ubona ingozi kwiChiefs exoshe umqeqeshi 

Isibabuli seLamontville Golden Arrows uNduduzo Sibiya sikhathazekile ngokubhekana neKaizer Chiefs ngoba umqeqeshi wayo obambile, uCavin Johnson, kungenzeka afike neqhinga abangalilindele.  I-Arrows izokwamukela iChiefs emdlalweni weDSTV

Read More