Day: February 27, 2023

Search

‘IChiefs iwine ngenhlanhla’ – Jnr Khanye

Owayengumdlali weKaizer Chiefs osehlaziya ibhola, uJnr Khanye, uvumile ukuthi akuhambanga ngendlela abezitshela ukuthi kuzohamba ngayo kwiSoweto Derby ngoMgqibelo kodwa uthi iChiefs iwine ngenhlanhla. Ngaphambi komdlalo

Read More

Usexoshiwe kwiChippa United uMammila

Usekhonjwe indlela kwiChippa United uMorgan Mammila obesezakhele udumo ngokuchomela abanye abaqeqeshi bePSL abaneziqu zokuqeqesha uma zimhambela kahle izinto. UMammila uxoshwe kulandela ukuphikwa yimphumela muva nje

Read More

UGraham Potter uzifanise noMikel Arteta

Umqeqeshi weChelsea othwele kanzima, uGraham Potter, usezifanise noMikel Arteta kwisizini yakhe yokuqala kwi-Arsenal kulandela esinye isibhaxu ngempelasonto. IChelsea ishaye ngo 2-0 ibhekene neTottenham Hotspur, yanda

Read More

UZwane akawuvali umlomo ngoMdu or Die

Umqeqeshi weKaizer Chiefs, u-Arthur Zwane, unethemba lokuthi uzoqhubeka akhule ebholeni lakuleli uMduduzi Shabalala kulandela ukushaya into ecokeme edlala umdlalo ophelele kwiSoweto Derby ngempelasonto. IChiefs ishaye

Read More

URhulani ubonge uMorena bebuya nephuzu eGibhithe

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena ushayele uThapelo Morena ihlombe ngokubashayela igoli elilinganise umdlalo ngesikhathi bebambana ne-Al Ahly koweCAF Champions League ngempelasonto. ISundowns ikore kuqala kulo

Read More