Kuxwayiswe izakhamuzi kuvundululwa ifemu ye-peanut butter ewumgunyathi
UMnyango wezeMpilo eTshwane ucela izakhamuzi zikuqaphele ngeso lokhozi ukudla ezikuthengayo kulandela ukubhadanywa kwefemu yomgunyathi ebikhiqiza i-peanut butter.
UMnyango wezeMpilo eTshwane ucela izakhamuzi zikuqaphele ngeso lokhozi ukudla ezikuthengayo kulandela ukubhadanywa kwefemu yomgunyathi ebikhiqiza i-peanut butter.
UNgqongqoshe woMnyango weMfundo eyisiSekelo, uNksz Siviwe Gwarube, uthi luyaqhubeka uhlelo lokuqeda ngamathoyilethe omgodi ezikoleni zikahulumeni ngoMashi wangonyaka ozayo.
UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, useqinisekise ukuthi umnyango wakhe uhlela ukuqasha abaseshi abangu-1000 abazoqinisa impi nobugebengu kuleli.
UChicco Twala usamile ekutheni indodana yakhe uLongwe Twala ayihlangane nokudutshulwa kowayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSenzo Meyiwa, kodwa uyavuma ukuthi iyisigqila sezidakamizwa.
UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uLt-Gen Nhlanhla Mkhwanazi uthi azilime ziyetsheni empini nezinswelaboya ezihlalise lubhojozi imiphakathi.
Lidla lubi igciwane lesandulela ngculazi (HIV) kubantu abaneminyaka ephakathi kuka-50 no-54 ubudala eGauteng.
UNobhala we-ANC KwaZulu-Natal, uMnuz Bheki Mtolo, usefonqe isigqoko waxolisa kumalungu enyunyana eNational Education, Health and Allied Workers’ Union (Nehawu) ngenkulumo eyalumela ayeyibhekise kuwo ngesikhathi ekhuluma emcimbini owawuseKokstad nonyaka.
UNgqongqoshe woMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal uMnuz Siboniso Duma uthembisa ukutshala amaphoyisa omgwaqo awu-600
UMasipala weTheku usuqinisekise ukuvulwa kabusha kwehhotela elisenkabeni yedolobha iHilton osekuphele iminyaka emithathu livaliwe.
UMnyango wezokuMbiwa naMandla usuqinisekise izindaba ezizokwehla kahle kubanikazi bezimoto ngokwehla kwentengo kaphethiloli nodizili kusukela ngoLwesithathu lomhlaka 04 kuSepthemba.