UNcikazi uthi akuphelile ngesicoco seligi
Iphini likamqeqeshi we-Orlando Pirates uMandla Ncikazi lithi akuphelile ngombango wesicoco seBetway Premiership noma bethole isibhaxu sika 2-0 kwiMarumo Gallants ngoMgqibelo.
Iphini likamqeqeshi we-Orlando Pirates uMandla Ncikazi lithi akuphelile ngombango wesicoco seBetway Premiership noma bethole isibhaxu sika 2-0 kwiMarumo Gallants ngoMgqibelo.
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uzwakalise ukungenami ngokugxekwa abanye abaqeqeshi abanomlando kwiPSL kodwa wathembisa ukuthi usamile ekutheni uzozijika izinto kuMakhosi noma eseqala ukudelelwa.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ukhale ngokukhathala kwabadlali bakhe emdlalweni wabo neKaizer Chiefs abawunqobe ngo 1-0.
Abazali bomdlali we-Orlando Pirates olizwa ngendaba ijezi kulezi nsuku, uMonnapule Saleng, sebephumele obala baveza ukuthi indodana yabo ibanga indaba yomholo naleli qembu.