UBrian Baloyi ukhala ngomdlali oyedwa kwabasha kwiChiefs
Owayengunozinti weKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns uBrian Baloyi usezwakalise ukungenami ngomdlali oyedwa kwabathathu abasayiniswe Amakhosi ngoJanuary.
Owayengunozinti weKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns uBrian Baloyi usezwakalise ukungenami ngomdlali oyedwa kwabathathu abasayiniswe Amakhosi ngoJanuary.
Umnikazi weTS Galaxy uTim Sukazi uthi ngeke bame endleleni kaDženan Zajmović uma kukhona iqembu eligijima kwiBetway Premiership elifisa ukumsayinisa njengoba esekhombise abaningi ukuthi uyayishaya inethi.
Umdlali weKaizer Chiefs osanda kubuya ekulimaleni u-Edmilson Dove useyalele abalandeli baMakhosi ukuthi bangakhathazekile kakhulu ngeMamelodi Sundowns ngoba banecebo lokuyishaya.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uthi akalindele ukuthi umqeqeshi weKaizer Chiefs apake ibhasi emdlalweni wabo kusasa.