‘Ngeke sizwe ngeqembu elilodwa kwiGNU’ – i-ANC iphendula iDA
I-ANC isishaye phansi ngonyawo ithi ngeke idonswe ngekhala yiqembu elilodwa elipotshozela abezindaba izimfuno zalo ngaphambi kokuthi kuvunyelwane. Noma ingalidalulanga iqembu ekhuluma ngalo kucacela ngisho iphara