Day: November 3, 2023

Search

UNgizwe Mchunu ukhishwe phambili kwelezibhelu

Owayengumsakazi woKhozi FM, uNgizwe Mchunu, ukhishwe phambili yiNkantolo yeMantshi eRandburg, eGoli emacaleni amathathu abebhekene nawo athinta izibhelu zango-2021. UNgizwe ubesolwa ngokugqugquzela abantu bakuleli ukuba batape

Read More

Usexoshiwe kwiMoja Love uXolani weSizok’thola

Usekhonjwe indlela kwiMoja Love uXolani Khumalo obengumethuli wohlelo oluhlalise abashushumbisa izidakamizwa ngesinqe esisodwa emphakathini, iSizok’thola. UKhumalo ulandelwa izinsolo zokubulala, kanti kusanda kuvela ukuthi kunezinye izinsolo

Read More

UHunt akafuni ukukhuluma kakhulu ngombango weligi

Umqeqeshi weSuperSport United uGavin Hunt uthi angeke akugxilise emqondweni wakhe ukubuyela embangweni weligi njengoba sebenciphise igebe ngamaphuzu amabili kwiMamelodi Sundowns ehleli esicongweni.  AmaTsatsantsa aPitori abuye

Read More