Day: July 10, 2022

Search

Umqeqeshi weBay uthembisa ukusiza uZungu

Umqeqeshi weRichards Bay uPitso Dladla welula isandla, uthembisa ukusiza uNkanyiso Zungu abuyelwe ifomu yakhe yakudala. UZungu ubolekiswe kwiBay isizini eyodwa esuka kwi-Orlando Pirates. Lomdlali ubethwele

Read More

‘Iyadingeka ngokushesha iVAR’ – Jordaan

UMengameli weSouth African Football Association (SAFA) uDanny Jordaan uthi kuyaphoqa ukuthi iligi yebhola yaseNingizimu Afrika iqale ukusebenzisa iVideo Assistant Referee (VAR) kusukela ngesizini ka-2022/23 kuya

Read More

Indida ngoNdlovu onqaba ukujima neRoyal AM

Sekuqubuke umbango oshubile ngoKhethukuthula Ndlovu osayiniswe yiRoyal AM njengoba imenenja yakhe ithi usengumdlali weSwallows. UNdlovu ungomunye wabadlali abethulwe yiRoyal AM ngesonto eledlule behambisana nomqeqeshi omusha

Read More

UBooth ucelela uRiveiro isikhathi kubalandeli

Inkakha yeBafana Bafana uMatthew Booth ucela abalandeli be-Orlando Pirates ukuthi banikeze umqeqeshi omusha uJose Riveiro isikhathi sokubumba iqembu ngendlela yakhe. Ukunuka manambana kukaRiveiro kubalandeli yize

Read More