Ukapteni wamaSpringboks uSiya Kolisi uthi umdlalo wabo neNew Zealand namhlanje akuwona owobungani, kunalokho ulindele ukuthi bazwane amandla zisuka njengoba kuqala iRugby World Cup ngesonto elizayo.

AmaSpringboks azobhekana ne-All Blacks namhlanje eTwickenham Stadium ngo-8.30 ebusuku.

“Akuwona umdlalo wobungani, lo mdlalo awukaze ube ngowobungani. Ngiyilindele ngabomvu impi, kuzoba wumdlalo wamandla phakathi kwezitha.

“Sizozinikela ngokuphelele. Kunabantu abawu-82 000 abazosibuka, asifuni ukubaphoxa ngoba bakhiphe imali ukuzobuka lo mdlalo,” kusho uKolisi.

________________________________________________________________________________________________________________

Promotion:

Zibeke ethubeni lokuwina ijezi lebhola leqembu olithandayo!

Odinga ukukwenza nje ukubheja ngoR20 kuya phezulu kwimidlalo yebhola e-Playa Bets, bese ungena kwi-draw.

Two winners will be drawn on 28 August 2023.

Ts & Cs Apply

Nor yet registered? Register and receive:

💰R50 Free Sports Bet

🎰+50 Spins on any pragmatic slots

👉& 100% First deposit match up to R2000

Dlala manje ngokulandela le-link: https://playabets.click/o/aJAwHa

Uma ungenayo i-account, bhalisa manje: https://playabets.click/o/aJAwHa?lpage=hKi7Ar