Umdlali wasemuva kwiKaizer Chiefs uThatayaone Ditlhokwe uthi akukapheli ngabo emjahweni wesicoco seligi kule sizini.

Amakhosi asele ngamaphuzu awu-14 kwiMamelodi Sundowns esesicongweni, iSundowns nokho isidlale imidlalo emihlani, iChiefs isadlale kathathu.

Noma kunjalo, abaningi bathi isicoco seligi sesihambile.

“Kusangenzeka noma yini uma kusekhona uMdali, futhi nawe uziphusha ukhombisa intshisekelo yokufuna ukufeza okufisayo ekupheleni kwesizini.

“Sikholwa wukuthi sisanethuba elihle lokulwela zonke izinkomishi,” usho kanje izolo ekhuluma nabezindaba.

IChiefs ayikanqobi kwili kule sizini, idliwe kabili yadlala ngokulingana kumdlalo owodwa.

________________________________________________________________________________________________________________

Promotion

Zibeke ethubeni lokuwina ijezi lebhola leqembu olithandayo!

Odinga ukukwenza nje ukubheja ngoR20 kuya phezulu kwimidlalo yebhola e-Playa Bets, bese ungena kwi-draw.

Two winners will be drawn on 28 August 2023.

Ts & Cs Apply

Nor yet registered? Register and receive:

R50 Free Sports Bet

+50 Spins on any pragmatic slots

& 100% First deposit match up to R2000

Dlala manje ngokulandela le-link: https://playabets.click/o/aJAwHa

Uma ungenayo i-account, bhalisa manje: https://playabets.click/o/aJAwHa?lpage=hKi7Ar