Umgadli omusha weKaizer Chiefs uRanga Chivaviro uthi usekulungele ukusiza iqembu lixazulule inkinga yamagoli njengoba eseluleme ngokuphelele.
URanga uveze lokhu engxoxweni nabezindaba ngoMsombuluko ngaphambi komdlalo weChiefs neCape Town City oseFNB Stadium namhlanje.
“Sekuqondile. Ngiqale kabi ngenxa yokufika ngilimele lapha nalaphaya. Kodwa sengikulungele ngokuphelele ukudlala manje. Ngizama ukuqinisekisa ukuthi ngibuyela ezingeni eliphezulu le-fitness ngisize umshini oyiChiefs.
“Niyazi umsebenzi wami ukuzama ukuqinisa iqembu, baningi abadlali abaphambili kuleli qembu, kuyingajabilisa ukulijoyina.”
Umdlalo weChiefs neCity uzoqala ngo-19:30.
____________________________________________________________________________________________________
PROMOTION
Bhalisa i-account ePlaya Bets uthole ibhonasi ka-100% kwi-deposit yakho yokuqala! Ngaphezu kwalokho, uthola idoposit bonus ka-20% every week! Lapho ke uyazikhethela ukuthi iyiphi ideposit ofuna ithayiselwe ngo-20%, kanye ngesonto.
Nakhu okunye ongakuthola:
R50 Free Sports Bet 😉
+50 Spins on any pragmatic slots! ⬆️
Dlala manje ngokulandela le-link: https://playabets.click/o/aJAwHa
Uma ungenayo i-account, bhalisa manje: https://playabets.click/o/aJAwHa?lpage=hKi7Ar
