Njengoba isiphelile iWorld Cup, sihlanganise i-XI yabadlali abashaye into ecokeme eQatar.

Lo mqhudelwano oqale ngoNovember 20 abaningi bawubona njengohamba phambili kunayo yonke eminye esike yasingathwa, kodwa bakhona nabanye abathi owango-2010 eSouth Africa yiwo osahamba phambili.

Nansi i-XI yeGibela Sport yabadlali esibona ukuthi bahambe phambili kuma-position abo:

Goalkeeper – Yassine Bounou (Morocco)

Defenders – Achraf (RB, Morroco), Joško Gvardiol  (CB, Croatia), Raphael Varane (CB, France), Marcos Acuna (LB, Argentina)

Midfielders: Antoine Griezmann (CM, France), Sofyan Amrabat (CM, Morocco), Aurélien Tchouamén (CM, France)

Fowards: Lionel Messi (RF, Argentina), Julian Alvarez (CF, Argentina), Kylian Mbappe (RF, France)