Abalandeli beLiverpool bakhala ngokudayiswa kukaSadio Mane kulandela ukudlala ngokulingana kweqembu labo neCrystal Palace ngoMsombuluko ebusuku emdlalweni wePremier League.
ILiverpool ibambane ngo 1-1 nePalace emdlalweni wePremier League obushubile izolo, nakhona Sizwe yigoli elihle likaLuis Diaz kade ilandela ngemuva kwigoli elishaywe uWilfred Zaha esiwumbeni sokuqala.
Umgadli omusha weLiverpool, uDarwin Nunez, ukhishwe ngekhadi elibomvu ngomzuzu ka-57. Ukhishwa nje izinto bezimphika kulo mdlało nakuba ebekwazi ukuzibeka ezindaweni eziyingozi. ILiverpool iqede umdlalo imshayele kane kupila unozinti wePalace, amanye amashodi awu-20 abeziphumela eceleni. Liverpool isaqoqe amphuzu amabili kuphela kwiPremier League emdlalweni emibili.
Bephawula ngemuva komdlalo ezinkundleni zokuxhumana abalandeli beLiverpool bazwakalise ukukhumbula kwabo uMane abathe ubenza iqembu lihlasele ngokushesha.
i said it before and i will say it again Sadio Mane was the motivating factor in that front line,No desire. https://t.co/UPwk3VM5mY
— KNEES😊😆 (@mangole_oara75) August 16, 2022
You people really thought Diaz and Darwin Nunez was going to be able to makeup for Sadio Mane 🤣🤣🤣#LIVCRY pic.twitter.com/I6Gq2sSaUu
— Chief Erican, MBA (@EricanSA) August 15, 2022
They probably WON'T talk about the effect of the absence of the Senegalese superstar Sadio Mané.
— robertmarawa (@robertmarawa) August 15, 2022
1-1 FT
When are we going to accept that Sadio Mane carried Liverpool and not Mohamed Salah?
— ⁹ 8x🏆 (@ErlingRoIe) August 15, 2022
ILiverpool izobhekana neManchester United emdlalweni wayo olandelayo.