URulani uphawula ngokuqhathwa neSundowns kwiChampions League
Owayengumqeqeshi weMamelodi Sundowns osepheka iMC Alger uRulani Mokwena usegcine ephefumulile ngokuqhathwa eqoqweni elilodwa neKa Bo Yellow esigabeni samaqoqo kwiCAF Champions League.
Owayengumqeqeshi weMamelodi Sundowns osepheka iMC Alger uRulani Mokwena usegcine ephefumulile ngokuqhathwa eqoqweni elilodwa neKa Bo Yellow esigabeni samaqoqo kwiCAF Champions League.
Owayengumdlali weKaizer Chiefs neBafana Bafana uTsepo Masilela usencome umsebenzi owenziwa abaqeqeshi beKaizer Chiefs uCedric Kaze noKhalil Ben Youssef.
Umqeqeshi we-Orbit College uPogiso Makhoye uthi akakhathazekile ngendawo abakuyo kwiBetway Premiership njengamanje ngoba inhloso yabo ukuvika izembe kule sizini futhi izinhlelo zabo zihamba kahle.
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uthi akafuni ubangene emakhanda umgqigqo omuhle abakuwo ngoba ebholeni laseMzansi ‘uba yiNkosi yebhola uma unqobe umdlalo, kodwa uphenduke uplumber ngokudliwa emdlalweni olandelayo’.
Umdlali weKaizer Chiefs uMduduzi ‘Mdu or Die’ Shabalala usafuna ukuqhubeka asebenze ngokuzikhandla ukuze azibekisele indawo esikwatini seBafana Bafana esizodlala kwi-Africa Cup of Nations.