UNabi uthi ngeke abajahe abadlali abasha
Umqeqeshi weKazierChiefs uNasreddine Nabi uthi ngeke abajahe abadlali abasha beqembu abangakabonakali enkundleni kule sizini.
Umqeqeshi weKazierChiefs uNasreddine Nabi uthi ngeke abajahe abadlali abasha beqembu abangakabonakali enkundleni kule sizini.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uthi uKhuliso Mudau usaqhubeka nokuxoxisana nabaphathi beqembu ngabakungabayo, kodwa ulindele ukuthi aqale ukusiza iqembu enkundleni maduze.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uphumele obala ngokuthi umincele ukuthi kube yinto ‘engatheni’ ukulimala kukaThemba Zwane emdlalweni wabo neMagesi FC izolo.
Ngemuva kokunqoba iMTN8 ne-Orlando Pirates ngempelasonto edlule umqeqeshi weZimnyama u-Abdeslam Ouaddou uthi akakaze awungabaze umsebenzi wakhe noma abanye bese bembiza ngoplumber.
Obewumdlali waMaZulu FC uRamahlwe Mphahlele usephumele obala ngendlela atshelwe ngayo ukuthi ngeke akasidingeki kuSuthu ekupheleni kwesizini edlule.