Kushone abathathu engozini yebhanoyi eKZN
Umnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal usukuqinisekisile ukuthi batholwe sebeshonile abantu abathathu abaduke nendiza ebisuke eVirginia Aiport ngeSonto ekuseni ngaphambi kokuthi inyamalale ngaseMnambithi.

Ugwetshwe udilikanjele owesilisa oneminyaka engamashumi amathathu olahlwe yicala lokubulala indodana yakhe eneminyaka eyisishiyagalombili ngokuyiklinya eduze nomfula.
I-agent kaSipho Mbule (27) isikuqinisekisile ukuthi bazama ‘ukumdayisela’ iKaizer Chiefs uSipho Mbule othungatha iqembu ngemuva kokulaxazwa yiMamelodi Sundowns nokuthi konke kusezandleni zaMakhosi ngokumsayinisa.