‘Angazi lutho ngaleyonto’ – uMudau ebuzwa ngokujoyina iPirates
Umdlali weMamelodi Sundowns neBafana Bafana uKhuliso Mudau uthi yinto ekhulunywa ezinkundleni zokuxhumana angazi lutho ngayo indaba yokukhonjwa kwakhe kwi-Orlando Pirates.
Umdlali weMamelodi Sundowns neBafana Bafana uKhuliso Mudau uthi yinto ekhulunywa ezinkundleni zokuxhumana angazi lutho ngayo indaba yokukhonjwa kwakhe kwi-Orlando Pirates.
Umqeqeshi we-Al Hilal uLaurențiu Reghecampf uthi bekuyingxenye yamaqhinga abo ukuthi badedele iMamelodi Sundowns iphathe ibhola emdlalweni wabo ngoba ‘ayisabisi’, kodwa bazoshintsha ukwenza emdlalweni wesibili.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uthi kufanele bazinuke amakhwapha ngokuhluleka ukuthatha amaphuzu aphelele emdlalweni wabo weCAF Champions League ne-Al Hilal izolo.