UMessi uphumele obala ngokukhumbula iBarcelona
Umdlali we-Inter Miami uLionel Messi usephumele obala ngokungenami ngendlela ahamba ngayo kwiFC Barcelona nokuthi yena nomndeni wakhe bahlela ukubuyela eCatalonia uma esewagaxe emgibeni.
Umdlali we-Inter Miami uLionel Messi usephumele obala ngokungenami ngendlela ahamba ngayo kwiFC Barcelona nokuthi yena nomndeni wakhe bahlela ukubuyela eCatalonia uma esewagaxe emgibeni.
Umqeqeshi weMC Alger uRulani Mokwena uthi ngokubona kwakhe kufanele ayekwe enze umsebenzi wakhe ngendlela abona ngayo uHugo Broos ngoba kuningi okuhle asekwenze neBafana Bafana noma abanye benganeme ngezinye izinqumo zakhe.
Umdlali we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSipho Mbule uyalazi impela kodwa kusafanele azifundise ukuzibamba angaphaphi ngokweqile uma engcofana nabanye abadlali ikakhulukazi eqenjini lesizwe.
Owayengunompempe weFIFA uVictor Hlungwani uthi ngokubona kwakhe i-Orlando Pirates izimoshela isikhathi ngesikhalazo esifake kwiCAF ngeSt-Eloi Lupopo.
Umdlali weSekhukhune United uKeletso Makgalwa useveze akubona njengesizathu sokungaphumeleli kwiMamelodi Sundowns eyampheka ebusheni bakhe.
Kubukeka kuzoba yisizini ende kuXabi Alonso kwiReal Madrid osekuqala ukuvela izindaba ezingezinhle ngokuziphatha kwabadlali bakhe okuphazamisa okwenzeka enkundleni.
I-agent kaGift Links odlalela iAarhus GF kwiDanish Super League isizwakalise ukuphoxeka ngamazwi kaHugo Broos ngalo mdlali.