‘Bengingafuni ukuyeka ibhola nginganqobanga lutho’ – Ngezana
Owayengumdlali weKaizer Chiefs onqobe isicoco sakhe sokuqala seligi, uSiyabonga Ngezana, usechaze kabanzi ngobunzima abhekane nabo efika eRomania waveza nokwamenza washiya ePhefeni. Ngasekuqaleni kwesizini uNgezana usheshe