Imibono | IPirates kufanele ishayelwe ihlombe ngabadlali ebakhiqizayo
Mhleli: Ngicela ungivumele ngincome ezami Ezimnyama ngabadlali abahle ebakhiqizile eminyakeni edlule asebemele iBafana Bafana. Esikwatini sakamuva kubizwe abadlali abahlanu esikwatini seBafana esizodlala imidlalo emibili yobungani.