UCassper ukhathazekile ngokungaziboni izinguquko empini nokubulawa kwabesifazane kuleli
UCassper uzwakalise ukungahambisani nalesi sihlava ekhasini lakhe kuTwitter, lapho ebhalele khona umengameli wakuleli uCyril Ramaphosa incwadi ekhala ngokunyathela ngolonwabu kukahulumeni empini nokubulawa kwabesifazane kuleli.