UMcKenzie uthi sekusele kancane ilunge eyeVAR
Ungqongqoshe wezemidlalo kuleli uGayton McKenzie uthi sezisesigabeni sokugcina izinhlelo zokuletha iVideo Assistant Referee (VAR) kwimidlalo yakuleli.
Ungqongqoshe wezemidlalo kuleli uGayton McKenzie uthi sezisesigabeni sokugcina izinhlelo zokuletha iVideo Assistant Referee (VAR) kwimidlalo yakuleli.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso uthi akayi ndawo uThapelo Maseko osanda kuphumela obala ngokuphelelwa wuthando lwebhola ngenxa yokukhuhliswa ibhentshi.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou uthi asikho isikhathi sokujabulela ukufaka Ezimnyama kowamanqamu weMTN8 ngoba kufanele bahlelele ukuthatha amaphuzu aphelele emdlalweni wabo weligi ne-Orbit College.