UThomas Partey ubhekene namacala okudlwengula
Obengumdlali we-Arsenal FC uThomas Partey ubekwe amacala amahlanu okudlwengula nelilodwa lokunukubeza ngokocansi, ngezigameko okusolwa ukuthi zenzeka phakathi kuka-2021 no-2022. Lokhu kuvezwe amaphoyisa ase-UK ngoLwesihlanu ntambama