UZuma akavumelekile ukuya ePhalamende- Inkantolo
Inkantolo yoMthethosisekelo isinqume ukuthi owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma akavumelekile ukubuyela ePhalamende, kodwa iMK Party ingakhankasa ngaye ngaphambi kokhetho olungo-29 May. Ngokomthetho wakuleli, umuntu oke