Ukusimama kwezilimi zase-Afrika esikhathini sezobuchwephese
Ukuze izilimi zendabuko zingasimami nje kuphela kodwa futhi zidlondlobale kulesi sikhathi sezobuchwepheshe esiguquguqukayo, izinqubomgomo zethu zolimi kufanele zihambisane nomoya wesikhathi esikuso zibuye futhi zihambisane nesimo ukuqinisekisa impilonde nokuthuthuka kwazo…